Operation Manual

ISIZULU
19
2 21 1
3 34
Yenza isampula yembobo yenkinobho nesampula yendwangu
ephindaphindiwe,ukufaka enye indwangu ngaphansi kwendwangu
ngenhloso yokuyeseka kanye nokuphetha indwangu okuyiyo. Beka
inkinobho endwangwini eyisampula bese umaka ngaphezulu nangaphansi
ukuze unqume ngobude bembobo yenkinobho
2 Faka bobabili okotini ngakwesokunxele. Yehlisela inalidi endwangwini
lapho uzoqala khona imbobo yenkinobho, bese wehlisa unyawo..
3 Thunga phansi ngakwesokunxele ume kumaka ongezansi phakamisa
inalidi.
4 Thunga izitishi ezi-5 mayelana ne- bartack bese uphakamisa inalidi
isuke endwangwini.
1 Ho etsa sititjhi sa dikonopo
Ho Seta Motjhini
a. Isitishi
b. Okokukhetha Isitishi
c. I-dial yokuqinisa ukotini ngaph-
ezulu kusuka ku-1 kuya ku- 5
1 Setha okokukhetha isitishi " ku-3"
Thunga uhlangothi lwembobo yenkinobho ngakwesokudla. Misa umshini
uma usuqondene kahle nesitishi sokuqala ngakwesokunxele bese
uphakamisa inalidi.
2 Setha okokukhetha isitishi"
Thunga izitishi ezi-5 ze-bartacks bese uphakamisa inalidi isuke
endwangwini. Setha ubude besitishi ku " 0 " bese kuthi okokukhetha
isitishi kube esitishini esiqondile.Thunga izitishi ezimbalwa zokukhiya.
Faka uphini phakathi kwe-bartack.
3 Bese usika imbobo nge-seam ripper. Qaphela ukuthi ungasiki izitishi
Ukutisha imbobo yenkinobho
d. Inkinobho yokulawula ubude
bestishi
e. Unyawo lwembobo yenkinobho
a
b
c
d
e