Operation Manual
ISIZULU
17
1. Ukusetha Umshini
2 - 3 Uphini ungase ubekwe phezu kwenkinobho ukuze ibambelele.
Setha okokukhetha isitishi ku-" ". Qondanisa zombili izimbobo
nesikhala sonyawo bese ubeka imbobo yenkinobho yangakwesokudla
ngaphansi maqondana nalapho okuzohlaba khona inalidi. Yehlisa
unyawo bese uphendula okokukhetha iphethini kuze kuvele isihloko
senalidi siqondanenembobo yenkinobho. Thunga izitishi ezinhlanu bese
uphakamisa inalidi.Phinda use the okokukhetha isitishi ukubeke ku- " "
phinda uthunge izitishi ezimbalwa ukuze kukhiyeke ukotini.
4. Ukuqondisa ukuxhuma, sika ukotini ushiye umsila ongu-20 cm (8" ).
Yehlisela phansi ukotini wenalidi embobeni yenkinobho bese uwuthandela
ulokho okuxhunyiwe.
a. Isitishi
b. Okokukhetha Istishi
c. Unyawo lwe-Zigzag
d. i-Dial yokuqinisa ukotini ngaphezulu
kusuka ku-1 kuya ku-4
Sebedisa pleiti ya nalete bakeng sa ho kenya dikonopo. (Bona leqephe
la 13)
e. Inkinobho yokulawula
ubude besitishi noma
yiyiphi inombolo
f. i-Plate yenalidi
17
Seetsi sa Zipi Lemeno
Izinkinobho Zokuthunga
Sebenzisa inalidi engambili ukuze kube nemigqa emibili ehambisanayo
esondelene yesitishi sokuhlobisa kanye kanye.
Khetha noma yisiphi isitishi se-zig-zag noma isitishi sephethini yokuhlobisa.
Sebenzisa ukotini ofanayo ngombala kuzo zombili izinalidi noma usebenzise
okotini abanemibala engafani.
Mayelana nemigqa emibili ehambisana kahle ye-topstitching endwangwini
esikwe kahle. Sebenzisa isitishi esiqondile inalidi ephakathi naphakathi.
Akumele usebenzise inalidi engakwesokunxele ukwenza isitishi esiqondile:
ngaphandle kwalokho inalidi izoshayisa i-plate yenalidi bese iphuka.
•Faka inalidi engambili ngendlela efanayo nenalidi ejwayelekile, uhlangothi
oluyisicaba lubheke emuva.
•Faka ukotini emshinini ucophelele ukuthi imicu emibili yehlukene ngesikhathi
uyifaka ezimbobeni zemizila yokotini kanye nakumadiskhi okokuqinisa.
•Setha isitishi sephethini mayelana nesitishi osifunayo.
.Akumele usethe ububanzi besitishi kude nenalidi engambili ephakathi
nendawo ngakwesokudla nangakwesokunxele kwayo ngaphandle kwalokho
inalidi engambili izoshaya ku-plate yenalidi bese yephuka.
.Ngaphambi kokuqala . Hlola ukuthi inalidi ayibonakali ngokujikisela isondo
lesandla ngakuwe. Izinalidi zingena endwangwini ngaphandle kokuthinta
unyawo lokucindezela noma i-plate lenalidi.
2
1
2
1
3
4
a
b
c
d
e f