Operation Manual
11
ISIZULU
1 Phakamisa unyawo lokucindezela bese ubamba ukotini wenalidi
kancane ngesandla sesokunxele.
2 Jikisela i-balance wheel ngakuwe kancane inalidi ize yehlele phansi
uqhubeke nokujikisa i-balanced wheel i-take-up lever ize ifike phezulu
endaweni yayo. Donsela phezulu ukotini osenalidini ophuma
kubhobhini wenze- iluphu ngaphandle kokusebenzisa amandla
amakhulu.
3 Donsela emuva ngaphansi konyawo lokucindezela ama-15 cm (6”)
awo wombili ukotini.
1 Ukotini wenalidi nowebhobhini kumele uhlangane phakathi nendawo
kumaleya amabili endwangu kumasimu esitishi esiqondile
2 Setha inombolo ku-dial yokuqina kukakotini kumaki wokusetha.
3 SKhulula ukuqina kukakotini wenalidi ngokuhambisa i-dial enombolwe-
ni ephansi
4 Qinisa ukuqina kukakotini wenalidi ngokuhambisa i-dial enombolweni
ephezulu
Ukubhalansa ukuqina kukakotini wenalidi
Ukuthandela ukotini kubhobhini
2
1
3
2
1
3
4