Operation Manual
10
ISIZULU
1) Faka ibhobhini ebhokisini lebhobhini. Qinisekisa ukuthi ukotini
uqhaqhekela ohlangothini lomcibisholo.
2) Donsela ukotini embobeni yebhokisi
3) Faka ukotini ngaphansi kwe-tension spring bese uwufaka ku-delivery
eye. Shiya ukotini okhululekile cishe ongu-14cm
Khulula i-take-up lever ukuba yenyukele phezulu ngokujikisela ngakuwe
i-balance wheel. Phakamisa unyawo lokucindezela. Beka i-spool kuphini
we-spool njengoba kukhonjisiwe, ukotini uqhamuke ngasemuva
kwe-spool.
1. Donsela ukotini kumhlahlandlela kakotini ngokusebenzisa izandla
zombili.
2. Ngesikhathi ubambe ukotini ngaku-spool, donsela phansi ukotini
endaweni ye-tension bese uwujikelezisa ku-check spring holder.
3. Donsela ukotini phezulu udlule ku-take-up lever kusukela kwesokudla
kuye kwesokunxele.
4. Donsela ukotini phansi bese uwufaka ku-needle bar thread guide.
5. Faka ukotini embotsheni yenalidi kusuka ngemuva kuya phambili.
QAPHELA: Kungenzeka ufise ukusika ichopho likakotini ngesikele
esibukhali ukuze ungene kalula enalidini. Vula umshini emva kokuwufaka
ukotini nangemuva kokufaka ukotini kubhobhini. Uzobe usukulungele
ukuqala ukuthunga.
Ngaso sonke isikhathi
cisha umshini uma
uwufaka ukotini
Ukufaka Ukotini emshinini
Ukufaka Ukotini Ebhokisini Lebhobhini
2
1
3