Operation Manual

8
ISIZULU
1 Khulula isikulufu sesibopho senalidi ngokwanele ukuze ukwazi
ukukhulula inalidi.
Vala umshini bese uwukhipha kugesi. Khulula isikulufu sesibopho
senalidi ngokusijikisela ohlangothini oluphambana nokuhamba
kwewashi.
Khipha inalidi kusibopho
Faka inalidi entsha kusibopho uhlangothi oluyisicaba lukufulathele.
Ngesikhathi ufaka inalidi kusibopho, yiphushe ize igcine bese uqinisa
isikulufu sesibopho ngesikrudrayiva.Faka ukotini enalidini.
Xhuma kabusha umshini kugesi, bese uvula umshini bese uqhubeka
nokuthunga..
* Hlala uhlola izinalidi zakho ukuthi ayinazo izinto ezihlabayo noma
azibuthuntu yini. Ukudabuka ezindwangwini ezinithiwe, ezingusilika
ocolisekile noma izindwangu ezisasilika kudalwa yinalidi emoshekile.
Izindwangu
Ukotini
Usayizi
Wenalidi
Isisindo
esilula
Isisindo
esiphaka-
thi
naphaka-
thi
Isisindo
esisindayo
I-Crepe de Chine,
i-Voile Lawn,
i-Organdy,
i-Georgette,
i-Tricot
Indwangu yelineni,
Indwangu
Kakotini, i-Pique,
Serge, i-Double
Knits, i-Percale
Indwangu ye-
Denim, ye- Tweed,
ye-Gabardine,
Ye-Coating, ye-
Drapery kanye
neye-Upholstery
I-Fine Silk
I-Fine Cotton
I-Fine Synthetic
I-Fine Cotton
I-Polyester embozwe
ngokotini
50 kuya ku-80 Cotton
50 kuya ku-60 Synthetic
I-Polyester embozwe
ngokotini
Usilika ongu-50
Ukotini ongu-
40 kuya ku-50
I-Synthetic Cotton Covered
Polyester kusuka
ku-40 kuya ku-50
9
noma
11
11
noma
14
14
noma
16
-Ngokuvamile, ukotini ozacile nezinalidi ezizacile
zisetshenziselwa ukuthunga izindwangu ezincane
kanti ukotini omkhulu nezinalidi ezinkulu zisetshenziselwa
ukuthunga izindwangu ezisindayo. Ngaso sonke isikhathi
hlola ukotini nosayizi wenalidi esigqebhezaneni sendwangu
okuzothungwa ngayo.
-Sebenzisa ukotini owodwa enalidini nakubhobhini.
-Uma uthunga izindwangu ezinwebekayo, ezicolisekile, sebenzisa
inalidi ye-BALL POINT. Inalidi enekhanda eliluhlaza ivimbela kahle
amastishi eqiwe.
-Uma uthunga izindwangu ezicolisekile kakhulu zithunge ube ubeke
ingxenye yephepha ukuze uvimbele ukumosheka kwendwangu.
-Izinalidi ezi-3 eziku-accessory kit zingusayizi 14.
iShadi yentambo ne zinaliti
Ukushintsha Izinalidi