Isiqondiso kumsebenzisi

Table Of Contents
Uma umbhalo
oyinhloko kuyi lo
mbala:
Kusho lokhu:
Okubomvu
Cindezela bese ucindezele inkinobho
ukuze ufake uhlamvu olumelela inombolo,
inombolo engaguquki, inombolo engaziwa,
noma uphawu. (fx-82MS/fx-85MS/fx-300MS/
fx-350MS kuphela)
Okuhlaza okwesibhakabhaka
(noma okuhlanganiswe kubakaki
abaluhlaza)
Faka indlela yokusebenza yeSD neyeREG
ukuze ufinyelele lowo msebenzi. (fx-82MS/
fx-85MS/fx-300MS/fx-350MS kuphela)
Lokhu okulandelayo kubonisa isibonelo sendlela eminye imisebenzi
eyethulwe ngayo kule ncwajana.
Isibonelo:
(sin
-1
)
*
1
* Kubonisa umsebenzi ongena kuwo ngokusebenzisa le nkinobho
( ) engaphambi kwayo. Qaphela ukuthi lokhu akuyona
ingxenye yezinkinobho ozichofayo.
Okulandelayo kubonisa indlela isibonelo sendlela yokukhetha ohlwini
lonikezwe khona usebenzisa izinkinobho okwethulwe ngayo kule
ncwajana.
Isibonelo: (COMP)
*
* Ibonisa imenyu ekhethiwe ngokusebenzisa inkinobho enenombolo
( ) engaphambi kwayo. Qaphela ukuthi lokhu akuyona ingxenye
yezinkinobho ozichofayo.
Inkinobho yekhesa ibhalwe imicibisholo eminye, ekhombisa isiqondiso,
njengoba kuboniswe emfanekisweni oseduzane. Kule bhukwana,
ukusebenzisa igundwane eliseskrinini kuvezwe njengo - , , ,
kanye .
Ukufunda Okubonakalayo
Ukubonakala kolayini ababili kwenza kube lula ukubuka kokubili ifomula
ye-sibalo kuhlanganise nemiphumela kwakho ngesikhathi esisodwa.
7