Isiqondiso kumsebenzisi

Table Of Contents
zestathistiksi, njll), kufanele njalo uchofoze inkinobho kuqala ukuze
uvale i-display yedatha.
Cindezela le inkinobho esikhundleni sale ngemuva
kokushintsha inani elibonisiwe bhalisa inani elisha njengokwazisa
okusha okufakiwe, futhi ushiye inani elidala njengoba linjalo.
Ungasusa inani lemininingwane elibonisiwe usebenzisa u
ngokuchofoza u (CL). Ukususa inani lemininingwane kubangela
ukuthi wonke amanani alandelayo agudlukele phezulu.
Amanani emininingwane owabhalisile ngokuvamile agcinwa
enkumbulweni yomshini wokubala. Uma umlayezo othi "Data Full" uvela
angeke ukwazi ukufaka noma imiphi imininingwane eyengeziwe uma
kungekho isikhala esisele ukugcina imininingwane. Uma lokhu
kwenzeka, cindezela inkinobho ukuveza isikrini esiboniswe
ngezansi.
Cindezela u ukuphuma ekhasini lokufaka imininingwane
ngaphandle kokubhalisa inani olifakile.
Cindezela u uma ufuna ukubhalisa inani olifakile, ngaphandle
kokukugcina lokho kwazisa. Uma wenza lokhu, noma kunjalo, ngeke
ukwazi ukuveza noma ukulungisa noma imiphi imininingwane
oyifakile.
Ukususa imininingwane osanda kuyifaka, cindezela u (CL).
Emva kokufaka imininingwane yezibalo Ohlelweni lwe-SD noma
Ohlelweni lwe-REG, angeke usakwazi ukubonisa noma ukulungisa
imininingwane ethile ngemuva kokusebenzisa noma ikuphi kulokhu
okulandelayo.
Ukushintshela kolunye uhlelo
Ukushintshela kolunye uhlobo lwezilinganiso (Lin, Log, Exp, Pwr
, Inv,
Quad)
Ukubalwa Kokubuyela Emuva (REG) (fx-82MS/
fx-85MS/fx-300MS/fx-350MS kuphela)
Sebenzisa inkinobho
ukuze ufake Uhlelo lwe-REG uma ufuna
ukubala usebenzisa izilinganiso.
(REG)
Kuyi-SD Mode ne-REG Mode, le nkinobho isebenza njengale
nkinobho.
Ukufaka Uhlelo lwe-REG kuzoveza izikrini ezinjengalezo eziboniswe
ngezansi.
38