Isiqondiso kumsebenzisi

Table Of Contents
Izindlela Zokusebenza
Zomshini W
okubala Kanye
Nokuhlelwa Komshini
Wokubala
Indlela Yokusebenza Yokubala
Ngaphambi kokuqala ukubala, kufanele uhlele indlelq yokusebenza
efanele njengoba kuboniswe etafuleni elingezansi.
fx-82MS/fx-85MS/fx-300MS/fx-350MS
Uma ufuna ukwenza lolu hlobo
lokusebenza:
Yenza lomsebenzi
oyinhloko:
Ukubala okujwayelekile
(COMP)
Ukuhluka okuvamile (SD)
Izibalo zokulawula (REG)
fx-220 PLUS
Uma ufuna ukwenza lolu hlobo
lokusebenza:
Yenza lomsebenzi
oyinhloko:
Ukubala okujwayelekile (COMP)
Ukuhluka okuvamile (SD)
Qaphela
Indlela yokusebenza yokuqala yokulinganisa okuzenzakalelayo yi-COMP Mode.
Izinkomba zendlela yokusebenza zivela engxenyeni engenhla.
Indlela yokusebenza i-COMP, i-SD, ne-REG ingasetshenziswa ngokuhambisana
nokuhlelelwe inombolo yobungako bechopho.
Qinisekisa ukuthi uyabheka ukuthi uhlele ukusebenzisa yiphi indlela yokusebenza
yokwenza izibalo (i-SD, REG, COMP) nokuhlelwa kwenombolo yobungako bechopho
(Deg, Rad, Gra) ngaphambi kokuqala ukubala.
10