User Manual

Zu-8
Qaphela: • Uma isibalo siba side kunobuso besibali ngesikhathi
kusafakwa imininingwane yesibalo, isibuko sizozihambela ngokwaso siye
ngakwesokudla bese kuvela inkomba u ]. Ngesikhathi kwenzeka lokhu,
ungabuyela ngakwesobunxele ngokusebenzisa u d no e ukuhambisa
inkomba. • Uma kukhethwe umboniso oveza imininingwane emqgeni
owodwa, ukucindezela f kwenza inkomba ijombele ekuqaleni kwesibalo,
kanti ukucindezela u c kuyenza ijombele ekugcinen I kwesibalo. • Uma
kukhethwe umboniso wemvelo, ukucindezela u e ngesikhathi inkomba
isekugcineni kwemininingwane yesibalo efakiwe, kuzokwenza inkomba
ijombele ekuqaleni, kanti ukucindezele u d inkomba isekuqaleni kuzoyenza
ijombele ekugcineni. • Ungafaka amabytes angama 99 esibalo. Inombolo
ngayinye, uphawu, kumbe I function ngokujwayelekile isebenzisa I byte
eyodwa. Amanye ama functions adinga amabytes amathathu kuya kwayi
13. • Inkomba izoshintsha isimo ibe nje k uma sekusele ama bytes ali 10
noma ngaphansi asengasetshenziswa. Uma lokhu kwenzeka, yeka ukufaka
imininingwane, ucindezele u =.
Ukubala ngokulandelanisa ngokubaluleka
Ukulandelana ngokubheka okwenziwa kuqala ezibalweni, kuhlolwa
ngokulandela imithetho engezansi. Uma ukubaluleka kwezimeli ezimbili
kulingana, isibalo senziwa kusuka kwesobunxele kuya kwesokudla.
Okokuqala: Izimeli eziphathelene nabakaki
Okwesibili: Amafunshini adinga i-agumenti ngakwesokudla nabakaki
bokuvala “)” belandela i-agumenti.
Okwesithathu: Amafunshini eza emva kwenani elifakiwe (
x
2
, x
3
, x
–1
, x !,
°’ ”, °,
r
,
g
, %), Abaphindaphindi ( x ^), imisuka (")
Okwesine: Amaqhezu
Okwesihlanu: Uphawu lokususa (–)
Qaphela: Uma uphindaphinda inani, elinophawu lokususa, ngalo
(njengo –2), inani eliphindaphindwayo kumele livalelwe kubakaki
( (- 2 )w=). Njengoba u
x
2
ephambili kunophawu lokususa,
ukufaka u - 2 w= kungenza ukuthi kuphindaphindeke u 2
bese kufakwa uphawu lokususa emphumeleni. Njalo nje gcina
ukulandelana ngokuphambili emqondweni, bese uvalela amanani
anophawu lokususa kuma parenthesisi uma kunesidingo.
Okwesithupha: STAT Modi ubungako obuhlawunjiselwe ( m, n, m
1
, m
2
)
Okwesikhombisa: Ukuphindaphinda lapho uphawu lokuphindaphinda
lweqiwe.
Okwesishiyagalombili: Phemutheshini ( n P r ), ukuhlanganiswa ( n C r )
Okwesishiyagalolunye: Ukuphindaphinda, ukuhlukanisa ( × , ÷)
Okweshumi: Ukuhlanganisa, ukususa (+, –)
Ukufaka Ngombukiso Wemvelo
Ukukhetha umboniso wemvelo kwenza ukuthi ukwazi ukufaka futhi ubonise
amaqhezu nezinye izinhlobo zamafanshini (log,
x
2
, x
3
, x ^, ), #, ", x
−1
,
10 ^,
e ^, Abs) zinjengoba zibhaliwe encwadini yakho.