Isiqondiso kumsebenzisi

0,707106781230 15
■ Ngingawuphindisela kanjani umshini wokubala kumasethingi
wasekuqaleni?
→ Yenza lesenzo esilandelayo sokhiye: (CLR) (Setup) (Yes).
■ Uma ngenza isibalo, kungani ngithola imiphumela yesibalo ehluke
ngokuphelele kweyamamodeli akudala omshini wokubala we-
CASIO?
→ Ngemodeli ye-Natural Textbook Display, impikiswano yokusebenza
esebenzisa abakaki kufanele ilandelwe ngabakaki abavalayo.
Ukwehluleka ukucindezela emva kwempikiswano yokuvala abakaki
kungabangela ukuba amanani noma izibalo zifakwe njengengxenye
yempikswano.
Isibonelo: (sin 30) + 15 (Iyunithi ye-engele: Deg)
Kwakudala (S-V.P.A.M.)
Imodeli:
30 15 15,5
Imodeli ye-Natural Textbook Display:
(LineIO) 30 15 15,5
Ukwehluleka ukucindezela lapha njengoba kubonisiwe ngezansi,
kuzophumela esibalweni sika-sin 45.
66