Isiqondiso kumsebenzisi

Imiyalezo Yephutha
I-Math ERROR
Imbangela:
Umphumela omaphakathi noma wokugcina wesibalo osenzayo udlula
umehluko wesibalo esivumelekile.
Okufakile kudlula lokho okuwumehluko ovumeleke ukufakwa
(ikakhulukazi uma wenza imisebenzi).
Isibalo osenzayo siqukethe izenzo zezibalo ezingekho emthethweni
(njengokuhlukanisa ngeqanda).
Isenzo:
Bheka amanani owafakile, nciphisa inani lezibalo, bese uzame futhi.
Uma usebenzisa inkumbulo ezimele noma isimeleli
njengempikiswano yokusebenza, qiniseka ukuba inkumbulo noma
inani lingaphakathi komahluko ovumelekile wokusebenza.
I-Stack ERROR
Imbangela:
Isibalo osenzayo sibangele isiqukathi sesitaki sezinombolo noma
isitaki sokuqondisa ukuba sidlulwe.
Isenzo:
Lulaza isibalo sesichazi ukuze singadlulie isiqukathi sesitaki.
Zama ukuhlukanisa isibalo ngokwezingxenye ezimbilo noma
ngaphezulu.
I-Syntax ERROR
Imbangela:
Kunenkinga ngefomethi yesibalo osenzayo.
Isenzo:
Yenza izilungiso ezidingekile.
I-Insufficient MEM Error
Imbangela:
Umzamo wokukhiqiza ithebula lezinombolo Kumodi ye-TABLE esimo
sayo siyibangela ukuba idlule ubukhulu benombolo yemigqa
evumelekile. Uma selilonke inani lemigqa lingu-30 uma i-"f(x)"
ikhethelwa ukusetha imenyu yesethingi lethebula bese ibe ngu-20
uma i-"f(x),g(x)" ikhethiwe.
Isenzo:
Phinda ulinganise ukubalwa kwetafula ngokushintsha amanani we-
Start, End, ne-Step, bese uyazama futhi.
57