Isiqondiso kumsebenzisi

Ulwazi Lobuchwepheshe
Amaphutha
Umshini wokubala uzobonisa umyalezo wephutha noma nini lapho
kwenzeka iphutha phakathi nesibalo.
Kunezindlela ezimbili zokususa umyalezo wephutha obonisiwe: Cindezela
i-
noma i- ukubonisa indawo yephutha, noma ukucindezela i-
ukususa umyalezo nesibalo.
Kubonisa Indawo Yephutha
Njengoba umyalezo wephutha ubonisiwe, cindezela i- noma i-
ukuze uphindele esikrinini sokubala. I-cursor izobekwa endaweni lapho
iphutha lenzeke khona, ilungele ozokufaka. Yenza izilungiso ezidingekile
esibalweni bese usikhulule futhi.
Isibonelo: Uma ufaka u-14 ÷ 0 × 2 ngephutha esikhundleni se-14 ÷ 10 ×
2 (MthIO-MathO)
14 0 2
(noma )
1
Kucisha Umyalezo Wephutha
Njengoba umyalezo oyiphutha ubonisiwe, cindezela
ukuphindela
esikrinini sesibalo. Qaphela ukuthi lokhu kususa nesibalo esiqukethwe
ephutheni.
56