Isiqondiso kumsebenzisi

Kubalulekile!
Yonke idatha efakiwe njengamanje kuStathistiki Editha iyasuswa noma nini lapho
uphuma Kumodi ye-STAT, kushintshe kusukela kuhlobo lwesibalo sezibalobalo
zesimeleli esisodwa kanye nezesimeleli esihambisana nesinye, noma ukushintsha
isethingi ye-fomethi ye-Stat kumenyu yokusetha.
Izenzo ezilandelayo azisekelwe yiStathistiki Editha: , (M-),
(STO). I-Pol, Rec, ÷R, kanye nezitatimende ezixubile nazo azikwazi ukufakwa
kuStathistiki Editha.
Ukushintsha idatha yeseli:
KuStathistiki Editha, hambisa i-cursor kuseli elinedatha ofuna
ukuyishintsha, faka idatha entsha, bese ucindezela
.
Ukucisha ulayini:
KuStathistiki Editha, hambisa i-cursor emugqeni ofuna ukuwususa bese
ucindezela .
Ukufaka ulayini:
KuStathistiki Editha, hambisa i-cursor endaweni ofuna ukufaka kuyo
umugqa bese wenza isenzo esilandelayo:
(STAT) (Edit) (Ins).
Ukucisha konke okuqukethwe yiStathistiki Editha:
KuStathistiki Editha, yenza isenzo esilandelayo sokhiye:
(STAT) (Edit) (Del-A).
Isikrini Sesibalo Sezibalobalo
Isikrini Sesibalo Sezibalobalo ngesokwenza izibalo zezibalobalo ngedatha
oyifaka ngeStathistiki Editha. Ukucindezela lo khiye kuyilapho
iStathistiki Editha ibonisiwe, kushintshela Esikrinini Sesibalo Sezibalobalo.
Ukusebenzisa Imenyu Yezibalobalo
Njengoba Isikrini Sesibalo Sezibalobalo sibonisiwe, cindezela
(STAT) ukubonisa Imenyu Yezibalobalo.
Okuqukethwe Kumenyu Yezibalobalo kuya ngokuthi uhlobo lwesenzo
sezibalobalo esikhethiwe njengamanje lusebenzisa isimeleli esisodwa
noma izimeleli ezihambisanayo.
Izibalobalo-Zesimeleli esisodwa
41