Isiqondiso kumsebenzisi
6
1
(Imiphumela eboniswe lapha ngeyezinjongo zokufanekisa kuphela.
Imiphumela yangempela izohluka.)
Izimiseli (nPr) kanye
Nenhlanganisela (nCr)
Isibonelo: Ukunquma inani izimiseni nezinhlanganisela ezinokwenzeka
lapho ukhetha abantu abane eqenjini labangu-10.
Izimiseli: 10 (nPr) 4
5040
Izinhlanganisela: 10 (nCr) 4
210
Umsebenzi we-Rounding (Rnd)
Impikiswano yalokhu kusebenza yenziwa inani ledesimali bese
ijikeleziswe ngokufanele ngenombolo yamanje yokubonisa isethingi
lamadijithi (Norm, Fix, noma Sci).
Nge-Norm 1 noma i-Norm 2, impikiswano ijikeleziswa ngokwezinombolo
zamadijithi angu-10.
Nge-Fix nange-Sci, impikiswano ijikeleziswa ngokwamadijithi abaluliwe.
Uma u-Fix 3 eyisethingi lamadijithi abonisiwe, ngokwesibonelo,
umphumela ka-10 ÷ 3 uzoboniswa njengo-3,333, kuyilapho umshini
wokubala ugcina inani lika-3,33333333333333 (15 amadijithi) ngaphakathi
mayelana nesibalo.
Esimweni lapho u-Rnd(10÷3) = 3,333 (ngo-Fix 3), kokubili inani
elibonisiwe nenani elingaphakathi lomshini wokubala kuzoba ngu-3,333.
Ngengxa yalokhu, uchungechunge lwezibalo luzokhiqiza imiphumela
ehlukile kuye ngokuthi u-Rnd usetshenzisiwe yini (Rnd(10÷3) × 3 = 9,999)
noma cha (10 ÷ 3 × 3 = 10,000).
Isibonelo: Ukwenza izibalo ezilandelayo lapho u-Fix 3 ekhethiwe
ngokwenombolo yamadijithi aboniswayo: 10 ÷ 3 × 3 ne-Rnd(10 ÷ 3) ×
3 (LineIO)
(SETUP)
(Fix)
10 3 3 10,000
(Rnd) 10 3 3 9,999
37