Isiqondiso kumsebenzisi

Isibonelo:
Isibonelo:
Umsebenzi Wenani Langempela
(Abs)
Phawula ukuthi indlela yokufaka ihlukile, kuye ngokuthi usebenzisa
Isibonisi Semvelo noma Isibonisi Somugqa.
Isibonelo: |2 - 7| × 2 = 10
(MthIO-MathO)
2 7 2 10
(LineIO)
2 7 2 10
Inombolo Ewumjikelezo (Ran#)
Ifankshini eyakha inombolo mbumbulu engahleliwe esemkhawulweni
osukela ku-0,000 uye ku-0,999.
Imiphumela iboniswe njengefrakshini uma kukhethwe Isibonisi Semvelo.
Khiqiza izinombolo zamadijithi amathathu 3 ajikelezayo.
Amanani wedesimali yamadijithi angu-3 aguqulelwa kumanani
we-integer yamadijithi angu-3 ngokuphindaphinda ngo-1000.
1000
(Ran#) 634
92
175
(Imiphumela eboniswe lapha ngeyezinjongo zokufanekisa kuphela.
Imiphumela yangempela izohluka.)
Inombolo Ephelele Ewumjikelezo
(RanInt#)
Ukufaka ukusebenza kwefomu le-RanInt#(a; b), elikhiqiza inombolo
ephelele ezungezayo ngokokwehluka kuka-a ku-b.
Ukwakha izinombolo eziphelele ezingahleliwe emkhawulweni
ophakathi kuka-1 no-6
(RanInt) 1 (;) 6 2
36