Isiqondiso kumsebenzisi
Ukwesula okuqukethwe ngu-A oguquguqukayo
0 (STO) (A) 0
Inkumbulo Ezimele (M)
Ungangeza imiphumela yesibalo noma ukhiphe imiphumela
enkumbulweni ezimele.
Inkomba ka-"M" evela esibonisini lapho kunanoma yiliphi inani ngaphandle
kweqanda elilondwe enkumbulweni ezimele.
Isibonelo:
Ukwesula okuqukethwe ngu-M
0 (STO) (M) 0
Ukwenezela imiphumela ka-10 × 5 ku-M
(Kuyaqhubeka) 10 5 50
Ukususa imiphumela ka-10 + 5 ku-M
(Kuyaqhubeka) 10 5 (M-) 15
Ukubuyisa okuqukethwe ngu-M
(Kuyaqhubeka) (M) 35
Phawula
• Isimiseli u-M sisetshenziselwa inkumbulo ezimele.
Ukucisha Okuqukethwe Yizo Zonke Izinkumbulo
Inkumbulo ye-Ans, inkumbulo ezimele, kanye nokuqukethwe kwezimiseli
kuyagcinwa ngisho noma ucindezela
, ushintsha imodi yesibalo, noma
uma ucisha umshini wokubala.
Inkumbulo yokuqukethwe kwe-PreAns iyagcinwa ngisho noma ucindezela
futhi ucisha umshini wokubala ngaphandle kokuphuma Kumodi
ye-COMP.
Yenza le nqubo elandelayo uma ufuna ukususa okuqukethwe kwazo
zonke izinkumbulo.
(CLR) (Memory) (Yes)
30