Isiqondiso kumsebenzisi

1 + 1 = 2
2 + 2 = 4
3 + 3 = 6
Phawula
Ngeke ukwazi ukwenza ukufekthorayiza okuyinhloko lapho inani ledesimali, ifrakshini,
noma inani eliphikisayo lomphumela wesibalo libonisiwe. Ukuzama ukwenza kanjalo
kuzobangela iphutha lezibalo (Math ERROR).
Ngeke ukwazi ukwenza ukufekthorayiza okuyinhloko lapho kuboniswe imiphumela
yesibalo esisebenzisa i-Pol, Rec, ÷R.
Umlando Wokubala Nokudlala Futhi
Umlando Wokubala
Kumodi ye-COMP noma BASE-N, umshini wokubala ukhumbula cishe
ama-byte angama-200 wedatha ukubalwa okusha.
Uyakwazi ukwehla wenyuka emlandweni wokubala usebenzisa
kanye
.
Isibonelo:
1 1 2
2 2 4
3 3 6
(Kubuyela emuva.) 4
(Kubuyela emuva futhi.) 2
Phawula
Umlando wedatha yokubala uyasuka lapho ucindezela , uma ushintshela kumodi
yokubala ehlukile, uma ushintsha indlal yokubonisa, noma uma wenza nanoma
yikuphi kwalezi zinto: (CLR) (Setup) (Yes), (CLR) (All)
(Yes).
Ukudlala Futhi
Ngesikhathi umphumela wokubala usabonisiwe, ungacindezela
noma
ukuze ulungise isimeleli osisebenzise esibalweni esidlule.
Isibonelo: 4 × 3 + 2 = 14
4 × 3 - 7 = 5
4 3 2 14
(Kuyaqhubeka) 7 5
27