Isiqondiso kumsebenzisi

sexagesimal ne nani ledesimali kuzobangela ukuba imiphumela iboniswe
njengenani le-sexagesimal.
Ungakwazi nokuguqula phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Okulandelayo kuyifomethi yokufaka i nani le-sexagesimal: {degrees}
{imizuzu} {imizuzwana} .
Phawula
Kufanele njalo ufake okuthile kwama-degrees nemizuzu, ngisho noma kuyiqanda.
Isibonelo 1: 2°20’30” + 39’30” = 3°00’00”
2 20 30 0 39 30 3°0’0”
Isibonelo 2: Guqulela u-2°15’18” kudesimali elilingana nakho.
2 15 18 2°15’18”
(Iguqula i-sexagesimal ibe yi-decimal.) 2,255
(Iguqula i-decimal ibe yi-sexagesimal.) 2°15’18”
Izitatimende Ezixhantile
Ungasebenzisa ikholoni (:) ukuze uhlanganise izibalo ezimbili noma
ezengeziwe futhi uziveze zilandelane zisuka kwesobunxele ziye
kwesokudla uma ucindezela
.
Isibonelo: 3 + 3 : 3 × 3
3 3 (:) 3 3 6
9
Ukusebenzisa Izimpawu
Zobunjiniyela
Ukhiye olula wokusebenza ushintsha inani elibonisiwe libe wuphawu
lobunjiniyela.
Isibonelo 1: Guqula inani u-1234 livele ngezimpawu zobunjiniyela,
ngokuhlehlisela icashazi le-decimal ngakwesokudla.
1234 1234
1,234×10
3
24