Isiqondiso kumsebenzisi
Phawula
• Ukuhlanganisa amafrakshini namanani edesimali esibalweni lapho ukhethe Isibonisi
Somugqa kuzobangela ukuba imiphumela iboniswe njengenani ledesimali.
• Imiphumela yesibalo exuba ifrakshini namanani edesimali kuhlala kuyidesimali.
• Amafrakshini emiphumeleni yezibalo aboniswa ngemuva kokuncishiselwa ebuncanini
bawo.
Ukushintsha umphumela wesibalo phakathi kwefrakshini engeyona
kanye nohlobo lwefrakshini exutshiwe:
Yenza izenzo ezilandelayo:
(a
b
c
d
c
)
Ukushintsha umphumela wesibalo phakathi kwefrakshini nohlobo
lwedesimali:
Cindezela
.
Izibalo Zamaphesenti
Ukufaka inani bese ucindezela (%) kubangela inani elifakiwe
ukuba libe yiphesenti.
Isibonelo 1: 150 × 20% = 30
150 20 (%) 30
Isibonelo 2: Bala ukuthi liyini iphesenti lika-880 no-660 (75%)
660 880 (%) 75
Isibonelo 3: Khulisa u-2500 ngo-15% (2875)
2500 2500 15 (%) 2875
Isibonelo 4: Nciphisa u-3500 ngo-25% (2625)
3500 3500 25 (%) 2625
Ukubalwa Kwama-Degrees, Imizuzu
Nemizuzwana (Sexagesimal)
Ungenza izibalo usebenzisa ama nani e-sexagesimal, futhi uguqule ama
nani phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Ukwenza isengezo noma ukukhipha phakathi kwamanani e-sexagesimal,
noma ukuphindaphinda noma ukuhlukanisa phakathi kwenani le-
23