Isiqondiso kumsebenzisi

Njengoba kubonisiwe ngenhla, inani noma isichazi esingakwesokudla se-
cursor ngemva kokucindezela (INS) kuba yimpikiswano
yomsebenzi obaluliwe ngokulanelayo. Umahluko ohambisana
nempikiswano uyikho konke kuze kufikele kubakaki bokuqala abavulayo
ngakwesokudla, uma bekhona, noma uyikho konke kufikela ekusebenzeni
kokuqala ngakwesokudla (sin(30), log2(4), njll.)
Leli khono lingasetshenziswa nale misebenzi elandelayo: ,
( ), , ( ), ( ), ( ), , ,
( ), .
Ukumisela Imodi Yokufaka (Isibonisi
Somugqa kuphela)
Ungakhetha ukufaka noma ukumisela phezu kokunye njengemodi
yokufaka, kodwa kuphela uma Isibonisi Somugqa sikhethiwe. Kumodi
yokumisela phezu kokunye, umbhalo owufakayo ubuyekeza umbhalo
osendaweni ye-cursor ngaleso sikhathi. Ungashinthsa phakathi kwemodi
yokufaka nokumisela phezu kokunye ngokwenza lezi zenzo:
(INS). I-cursor ivela njenge-" " kumodi yokufaka bese njenge-" " kumodi
yokumisela phezu kokunye.
Phawula
Isibonisi Semvelo njalo nje sisebenzisa imodi yokufaka, ngakho ukushintsha ifomethi
kusuka Kusibonisi Somugqa ukuya Kusibonisi Semvelo kuzoshintshela kumodi
yokufaka ngokuzenzakalelayo.
Ukulungisa Nokucisha Isichazi
Ukususa uhlamvu olulodwa noma umsebenzi:
Hambisa i-cursor ize ibe ngakwesokudla sohlamvu noma umsebenzi
ofuna ukuwususa, bese ucindezela
.
Kwimodi yokumisela phezu kokunye, hambisa i-cursor ize ibe ngaphansi
kohlamvu noma umsebenzi ofuna ukuyisusa, bese ucindezela .
Ukufaka uhlamvu noma umsebenzi esibalweni:
Sebenzisa i-
kanye ne- ukuhambisa i-cursor endaweni ofuna
ukufaka kuyo uhlamvu noma umsebenzi bese uyafaka. Qiniseka ukuba
ngaso sonke isikhathi ufake imodi uma ukhethe Isibonisi Somugqa.
19