Isiqondiso kumsebenzisi
Ukuze ubalule lokhu: Yenza lo msebenzi:
f(x) kuphela (SETUP) (TABLE) (f(x))
f(x) ne-g(x) (SETUP) (TABLE) (f(x),g(x))
Ukubalula Isethingi Lokucisha Amandla Ngokuzenzakalelayo
Ungabalula isikhathi esicushiwe semizuzu engu-10 noma imizuzu engu-60
mayelana Nokucisha Amandla Ngokuzenzakalelayo.
Ukuze ubalule lokhu: Yenza lo msebenzi:
10 Imizuzu (SETUP) (APO) (10Min.)
60 Imizuzu (SETUP) (APO) (60Min.)
Ukulungisa Ukubukeka Kwesibonisi
(SETUP) ( CONT )
Bheka esithi "Ukuqalisa" mayelana nemininingwane.
Ukuqalisa Amasethingi Omshini Wokubala
Yenza inqubo elandelayo ukuqalisa umshini wokubala, obuyisela imodi
yokubala ku-COMP bese uphindisela wonke amanye amasethingi,
kuhlanganise namasethingi emenyu yesetaphu, ngokwasekuqaleni.
(CLR) (Setup) (Yes)
Leli sethingi: Liqaliselwe kulokhu:
Imodi Yokubala COMP
Ifomethi Yesibonisi MthIO-MathO
Iyunithi ye-Engele Deg
Ifomethi Yenombolo Norm 2
Ifomethi Yokubonisa Ifrakshini d/c
Ifomethi ye-Stat OFF
Ifomethi Yethebula
f(x),g(x)
14