Isiqondiso kumsebenzisi
SCI
Inombolo ezinzile kumadijithi abonakalayo
iyasebenza.
Math
Isibonisi Semvelo sikhethwe njengefomethi
yesibonisi.
Inkumbulo yedatha yomlando wesibalo
iyatholakala futhi ingadlalwa kabusha, noma
kunedatha engeziwe ngenhla/ngezansi kwesikrini
samanje.
Disp
Okwamanje isibonisi sibonisa umphumela
omaphakathi wesitatimende esikaningi sesibalo.
Kubalulekile!
• Ngokwezinye izinhlobo zesibalo ezithatha isikhathi eside ukuvuleka, isibonisi
singabonisa izinkomba ezingenhla kuphela (ngaphandle kwenani) kuyilapho senza
isibalo ngaphakathi.
Ukusebenzisa Amamenyu
Eminye yemisebenzi yomshini wokubala yenziwa kusetshenziswa
amamenyu. Ngokwesibonelo, ukucindezela
noma , kuzobonisa
imenyu yemisebenzi efanele.
Okulandelayo kuyimisebenzi okufanele uyisebenzisele ukwehla wenyuka
phakathi kwamamenyu.
• Ungakhetha into yemenyu ngokucindezela ukhiye wenombolo
ehambisana nenombolo engakwesokudla sayo esikrinini semenyu.
• Le nkomba esekhoneni eliphezulu ngakwesokudla semenyu isho
ukuthi kunenye imenyu ngezansi kwaleyo ekhona manje. Le nkomba
isho enye imenyu ngenhla. Sebenzisa i- ne- ukushintsha
phakathi namamenyu.
•
Ukuvala imenyu ngaphandle kokukhetha okuthile, cindezela .
9